LYRIC

[ad_1]

Ringz ugogo

Hook:Skhulikant lileleziko
Skhulikanti lileleziko
Ngobu gogo ubengekho hee
Besihlupheka

Verse:Skhulengeskhokho ngeskhokho nombhubhudlo ubengekho ugogo//Skhulelesthenjini mft beslala ka rondo,//Inkinga ubengekho ugogo//Besvukekseni syeskoleni ngepapa nesobho ,ingane zakamakhelwane mayphethi choco//mina bengphendukihlaya kubangani mangphethu mpondo//lizojikisondo sure case nami 1 day ngzolphathi polo //Ugogo ukube ubakhona ngabasdibananga nomhlolo//skhulesidlimbuya gothi//skhule shlupheka the

Hook:Skhulikant lileleziko
Skhulikanti lileleziko
Ngobu gogo ubengekho hee
Besihlupheka

Verse 2:Ukube bewukhona nje gogo//ngabe bewusxolela neynganekwane//ngabe abasbukeliphansi omakhelwane//ngabe mascelusizo abasthathi njengezilwane//Hhhe ntombikamkhulu//Yimu Ringz umzukulu//ngithi angikxelele lokhuwahamba//ekhaya kushikishufudu

Hook:Skhulikant lileleziko
Skhulikanti lileleziko
Ngobu gogo ubengekho hee
Besihlupheka

[ad_2]

Your email address will not be published. Required fields are marked *

ADVERTISEMENT