LYRIC

[ad_1]

Intro:
Ntomb’uthanda mina, nom uthand imali yami?
wen uthanda mina, nom uthand ihholo lami? [x2]

Hook:
Makqal’inyanga (aysukala uyangbhedela)
Makphel’inyanga (ama call backs nama sms uyangsendela) [x2]

Verse:
Bathi k’khala zome mntakamah, uthando alukho
Laph ek’khon uthando, imali ayikho
Laph ek’khon imali, uthando alukho
Laph ek’khon umshado, impatho ayikho
Laph ek’khon impatho, umshado awbonwa
Bathi uthando aluboni, cha nami angsaboni
Ukbekezela kwami, cha nami angsakhoni
Ithemba lami al’sekho, cha nami angsaqondi

Hook:
Makqal’inyanga (aysukala uyangbhedela)
Makphel’inyanga (ama call backs nama sms uyangsendela) [x2]

Hook:
Makqal’inyanga, (konakele madoda)
Makphel’inyanga, (konakele)
Makqal’inyanga (aysukala uyangbhedela)
Makphel’inyanga (ama call backs nama sms uyangsendela)

[ad_2]

Tags:

amp (65) - Electronic (195) - feat (61) - Imali (1) - Madrops (1) - Semitone (1) - Sounds (1) - Vox (1) - Yami (1)

SHARE

  1. Allen

    June 2, 2021 at 9:33 am

    Everybody gangsta until you understand the meaning of the song.

  2. Ethan

    June 8, 2021 at 8:14 pm

    Very romantic lyrics.

  3. Carson

    December 27, 2021 at 10:41 am

    The pain of any soul is not less than your pain.

  4. Luciano

    September 11, 2022 at 2:54 pm

    Very romantic lyrics.

Your email address will not be published.

ADVERTISEMENT